Jump to content

IsiCibazulu

Mayelana Wikipedia
IsiCibazulu se -Soyuz-FG sinyakulwa kusuka "e- Gagarin's Start " (Indawo 1/5), e- Baikonur Cosmodrome

IsiCibazulu, noma isiKhafulimlilo yisithuthi esisebenzisa impokozo yomzoyizelo ukuze ziphangise ngaphandle kokusebenzisa umoya osizungezile. Isilumbamdili sesiCibazulu ikhiqiza ukuphokoza kokulumbana kohowo okukhishwa isiphafuzisi ngejubane elikhulu. Izilumbamdiki zesicibazulu zisebenza ngokugcwele ngeziphokozisi ezithwalwa phakathi kwazo; ngalokho isicibazulu singandiza phakathi kwelinya lomkhathi. Eqinisweni izicibazulu zisebenza ngokufanele elinyeni futhi zibhekana nenhluluko yokuphokoza ngenxa yengcindezi/umfutho womoyambulunga ozivimbayo.