Winnie Madikizela-Mandela
Winnie Madikizela-Mandela | |
---|---|
Madikizela-Mandela nge-2014 | |
Member of the iPhalamende laseNingizimu Afrika | |
Isikhathi: 9 ngoNhlaba 2009 – 2 ngoMbaso 2018 | |
Isikhathi: 1994–2003 | |
Isikhathi: 1994–1996 | |
Emva kwa | Position established |
uLandelwa | Pallo Jordan Derek Hanekom |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Nomzamo Winifred Zanyiwe Madikizela 26 ngoMandulo 1936 Mbizana, Pondoland, eNingizimu Afrika |
Wafa | 2 ngoMbaso 2018 iGoli, eNingizimu Afrika | (iminyaka ama-81)
Ubeshada | Nelson Mandela (m. 1958–1996) |
Abantwana | Zenani Mandela-Dlamini Zindzi Mandela-Hlongwane |
UWinnie Madikizela-Mandela (26 ngoMandulo 1936 – 2 ngoMbaso 2018) ungumzabalazi waseNingizimu Afrika. Wayeyinkosikazi kaNelson Mandela yesibili.
Uvela eBizana eMpuma Kapa. Ababazi bakhe bangothisha. Kamuva uyise usebenza uhulmeni waseTranskei. UWinnie ufunde eShawsbury, eQumbu. Ngo1953 uye eGoli ukuba ukufunda eHofmeyr School of Social Work. Ungumntu omnyama wokuqala ukuba usonhlala kahle eSibhedilini Baragwanath.
Umndeni
[hlela | Hlela umthombo]Ngo1958 ushada [ugana] noNelson Mandela. Banamadodakazi amabili, uZenani noZinziwa. UWinnie Mandela ngaphandle kwemnyeni wakhe. UNelson Mandela waboshwa ngxenya “treason”. Udinge ukucashela ipoyisa, bese wayehlala ejele eminyaka eminingi.
Unkk. Madikizela-Mandela waqala ukahambisa i-African National Congress. Kaningi wabolshwa, washywa nguhulumeni wobabandlululo. Ngo 1969, UWinnie Mandela waboshwa ezinsuku ezi-491.
Ngo1977 uWinnie Mandela waxoshwa eBrandfort eOrange Free State. Wahlala eBrandfort ngesikathi eminyaka engu-22. Waba nguphawu obalulekile ukhulela uhulumeli wobandlululo.
UWinnie Mandela akazange abulahla udlame. Ngo1986, wathi, “Asinazo izibhamu— sinamatshe nomentshisi nophethiloli. Kanye kanye [sizixhumanisa], isandla esandleni, sizokhulula izwe leli ngebokisi lomatshisi nemilengiso yethu.”[1]
Ngo1993, uWinnie Mandela ukhethwa umongomeli waseANC Women’s League. Kodwa, Ihlangano leQiniso Nokubuyisana (Truth and Reconciliation Commission) lanquma ukuthi uWinnie Mandela wayakhuza amabutho akhe (i-Mandela United Football Club) abulele uStompie Seipei.[2] Ngo1997 uNelson noWinnie Mandela bahlakanisa. Unkk. Madikizela-Mandela uyilunga laseParliament le-ANC eminyaka eminingi. Kodwa, wakhuluma ngeseka amanye amaqembu, njalo i-EFF.[3]
UWinnie mandela unikeal i-Robert Kennedy Award.
UWinnie Madikizela-Mamdela washona ngoMbaso 2018. Abantu abaningi kune-4,000 bangena umngcwabo wakhe. I-EFF wazama ukuqamba samabanoyi saseKapa, yi-Winnie Mandela International Airport.[4]
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Smith, David. (2013-Dec 6) "Nelson and Winnie Mandela's marriage ended, but the bond was never broken" The Guardian. https://www.theguardian.com/world/2013/dec/06/nelson-winnie-mandela-marriage
- ↑ "TRC MAKES DAMAGING FINDINGS AGAINST WINNIE" (1998 Oct 10). South African Press Association. https://www.justice.gov.za/trc/media/1998/9810/s981010a.htm
- ↑ "Winnie a danger to ANC: Mantashe". (2012-Jul-20). Drum. https://www.news24.com/Drum/Archive/winnie-a-danger-to-anc-mantashe-20170728-2
- ↑ van Diem, Ethan. (2019-Mar-05)." EFF's attempt to have Cape Town airport named after Madikizela-Mandela thwarted".news24. [1] Archived 2019-12-19 at the Wayback Machine.